uMhlonishwa umuthi wokuthi abantu bakuhloniphe, bakusabe, bakuthobele, uyawusebenzisa lomuntu as umuthi wokuphatha abantu emsebenzini, kuncika ukuthi uthakwe nani abanye bawuthaka nemithi emibi eyenza kusuke abantu abangaphezu kwakho, isibonelo uma uwuthakela umsebenzini lona okuphethe avele ahambe emsebenzini noma axoshwe, uqaphele lomuthi ungase ube yinkinga ngoba uyinkunzi , izinkunzi azihlalelani esabayeni, okusho ukuthi uma uwuthaka kanti usahlala nobaba wakho angathutha ubaba wakho ahambe noma ashone. Kodwa njengoba ngisho konke kuncika ukuthi uthakwe nani lomuthi, uwodwa awusebenzi udinga imithi ezowu saphotha.
mhlanishwa ake siwuthake uthi uma ukhuluma nomuntu wakho noma ukhuluma emhlanganweni abantu bakuhloniphe. udinga lemithi elandelayo ehambisana nomhlonishwa.Kenny Ngicela usizo ngasebenzisa umuthi wesithunzi manje awusaphumi and abantu sebengisaba lokhu okungekho. Right nasemsebenzini and angisakhoni noku sebenza ama overtime bavele bathi mina angikhululeke ngihambe nalomuntu engizwana naye uthi Akasangethembi amazulu abulala. abantu nabantu nangiza mayehlukana sengiyinkomo edla yodwa plz help isqugwa ngisizame kaningi kodwa lutho and umuntu engawu thenga kuyena uyabiza ungitshena ngabo 1,500 for ukuwukhipha and wangigcaba nokungigcaba manje Ngifuna into enga wubulala egazini lami
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.